Nizobathanda kanjani abanye uma izinhliziyo zenu zisafuna ezibashiye ngemuva.anoyivala lemnyangoo eniphuma kuyo ngoba kulula ukubuyela kuyoo. Inkinga yeno ninokudinwa okwesikhashana, nithatha iyinqumo eningazicabanganga , nithanda abantu abanganithandanga ngenxa yemizwa yenu eningayilawulanga.

Inhliziyoke ifuna ekufunayo, inkinga iyakudalela amacalaa ngoba ivele ifune lo okushayayo. Uthandoke kade labuna ngoba lolunina eniliphilayo kade lahamba neyikhukhulaa.tshenani laba abasakhula ukthi umuntu mumthanda akumele uze umthengele umhlabaa lokhu onako mekuthanda kuzomududuza othandweni sonke syazama.

Uthandoke belunomehlukoo .ngoba ubukwazi ukuthandaa umuntu ungabi namakhawulo. Koda manje sekunzima ngoba uthando nilibhanqa nenkanukoo. kuqala wawufela inkuleko nina nifela ezandleni zamadoda anganicabangelanga. 

Ngoba uthando eseningena kulo lushiya umaka. Makungaphukanga inhliziyoo lushiya umtwana .qaphelani izinqumo enithathayoo ngoba manizophika nabo labafana abanidlalayoo nizofela ubala, musani ukufuna ukufana nekhandlela. koze Kube inini abafana benikhanyisa fundani ukuzimela. Ningavumi abafana bakhanyise ikusasa labo ngani ilwani.