Mbulali Kazi babenzeni abazali bami uze ungizwise ubuhlungu obunkena ungenze ntantane ngineminyaka emithabili ushaya ulhindelela ngenkafula mlilo ngabe nembez washonaphi mbulali. 

Kazi kuthin manje mase ungibona ngingaka nje sengikhulile ngabe wawuthi ngiyodliwa amanqe ngifi noma wawuthi ngyokhala ngize ngome ngifele khona lapho. 

Kanti nkulunkulu uzokwenza uhlelo ngami ngyfisa umbulali wabazali bami angizise kuthi yin eyenza ebabulale bobabili mbulali ngyafisa kwazi mihla namalanga nhliziyo Yami iyopha

  • Angikwazi kuthi wawuhloseni ngempilo Yami ngifisa ukuba ngiphukelele ungibona ngiwutho bese ungichazela ukuthi yin mbangela yokufa kwabazali bami mhlampe ngiyothola ukuxola ngalelolanga mhlamani ungichazela ngokufa kwabazali 
  • Maye wasenza isihluku ngempilo Yam