Ubaba kaSephiri wahamba ngokushesha ngenkathi eneminyaka emihlanu; umama wakhe akafuni ukuchaza isizathu salokho. Futhi akakaze abonise uSephiri isoka lakhe, uSephiri akangalifuni nokulibona. USephiri ufuna nje ukuba osemusha ovamile onomuntu athandana naye (ufisa sengathi kungaba uThabo omuhle) futhi manje usezoqeda ngisho nesikole. Kodwa ngenkathi ubaba wakhe ebuya ngokungalindelekile, kuphuma izimfihlo zomndeni ezikhexisayo futhi ukuphila kwakhe kuba isiyaluyalu.
This story is available in English: Sea of Secrets.
***
This story forms part of a special project – Mentoring our Future Writers – sponsored by the National Arts Council.