UFezile noLindani basothandweni, kodwa umshado wabo ushoda ngento eyodwa: ingane. Akusizi nokuthi umamezala kaFezile ugxeka yena ngokungakwazi ukukhulelwa, ambize ngenyumba. Kodwa noma kunjalo uFezile uyabekezela, azame ukukhulelwa. Kuthi kungazelele kuvele kungene intombazanyana encane ezimpilweni zikaFezile noLindani, yilapho kuguquka khona yonke into …
This story is also available in English – In Good Times and Bad