UZimkhitha uhlale ehleka. Ngelinye ilanga uhleka kakhulu kangangokuthi uze antante emoyeni aye phezulu esibhakabhakeni. Abazali bakhe abakhathazekile bazama konke okusemandleni abo ukumehlisa futhi. Ngenhlanhla, usosayensi owusizo uqhamuka nesu, bese yena kanye nesixuku esikhulu esilapho sabazosiza nabazobukela, bekwazi ukwehlisela uZimkhitha phansi eMhlabeni.
This story is also available in the following languages:
English
Afrikaans
isiXhosa
Sesotho
***
This story was provided courtesy of the Nal’ibali reading-for enjoyment campaign. For information about the campaign, or tips and ideas on how to read and share stories with children, visit www.nalibali.org