*Icorona virus isifo esigcwele la emhlabeni esithelelana ngezimpawu eziningi njengoku khwehlela ukuthimula nangokusondela kwabantu
-umzimba

*Into engenza sixazulule lolu bhubhano lwesifo ukuthi abantu kumele belalele umthetho kahulumeni ukuze kuphele leli gciwane esibhekene nalo elinga lapheki ngendlela elula kumele abantu behlale emakhaya ukuze isizwe sethu siye phambili .

*Icorona virus yenze kuvale uhlaba wonke izitolo ,imisebenzi nokunye okwenza isizwe sethu sigcine singabi nenqubekela phambili ngenxa yale gciwane elivale izwe lonke icorona virus

*icorona virus iwise umnotho wezwe ngendlela yokuthi eminye yemisebenzi imile ,ukudla ezitolo kuyamosheka abanye abantu abasasenzi bahleli emakhaya.

*Icorona virus ithatha imiphefumulo emningi umhlaba wonke jikele ngakho njenge sizwe sethu kumele sihloniphe imithetho esikezwe yona ukuze isizwe siye phambili ngokuthula noxolo

-isiphetho
*Kumele sihloniphe isizwe sonke ukuze lobhubhano lwegciwane luphele mhlaba wonke