pic4

Laqhubeka izwi lathi, “Mina ngiyintwala. Vulani lapho ebhodweni niphake nidle. Nikhe amahewu lapho embizeni niphuze.”

pic5

Intwala yadonsa isikhumba sayo yaphumela ngaphandle.

pic6

Badla, baphuza, babonga bahamba.