pic1

Kwasukasukela.

Emandulo kwakukhona izinsizwa ezazilahlekelwe yizinkomo.

Zahamba, zahamba kwaze kwahlwa zihamba zifuna izinkomo.

pic2

Kwathi sekuhlwile, babona umuzi okhanyayo.

Bavumelana ngokuthi kungcono bayocela indawo yokufihla ikhanda.

pic3

Bafika bangqongqoza bavulelwa, bangena.

Kodwa uma sebengaphakathi bangabona muntu.

Kodwa bezwa izwi libabingelela.