Kodwa sengaze ngibilise ngamanzi othi ngifoneli umawengane zami ngimtshele

TU tu TU!!! Hellow bbe wamii yazi umamezala usengibise ngamanzi Lana ngithi ngiyolanda ingane zamii angz ukuthi ungigilani ngampela

Awu!! Uthi awazi angizwa uthi awazi kumanj ngisesibhedlela ngenxayakho wenzekahle umama bekumele ufenawe !! Uyinja Wena

Usungaze ungibuzengenja !! Ngishilo ukuthi angikhumbuli kwenzekeni ngoba bengidakiwe ngicela uxolo ngeke ngiphinde?!!! Into ohlezi uyisho leyo Mazwii ngikhathele uwena kugcono sihlukana manj angisakudingi empilweni yamii usufana nombulali kumina

Impilo Yami ayiyilutho ngaphandle kwakho mawengane zami kodwa ngiyabonga ukungibekezelela kwakho ngathi ungathola ogcono kunami ozokuhlonipha ngiyazisola … kakhulu akekho umuntu oyisiwula njengami.. bye mazwii tu!Tu

The end