Kusethekwini endaweni yakamashu uzinhle uthandana nothemba ubaba wengane zakhe kodwa uthemba yena uzithandela utshwala.
UZinhle uhlala kubo nomama wakhe unengane ezimbili nothemba uzinhle akasebemzi usakhulisa izingane kodwa yena uthemba uyasebenza nguye ondla izingane zabo.
Uzinhle njalo ngenyanga uyazihambisa izingane kubo… uthemba azijabulele kanye nomama wakhe bayathanda nje kumnandi ngoba bobabili basuka kude kant nasesikoleni babethandana. Kuhambe kuhambe uthemba abuyele esikoleni eDUT kodwa ufunda esebenza. UZinhle ngapha akafundi kodwa uyazama amatoho nengane zisencane akakwaz ukuthi ayekude kakhulu.