One day ngahamba ngiyothenga estolo impuphu , ngihambe nobhuti wami omncane . Sihambe sesiyofika esitolo sibonana inqwaba yabantu majaha elinye iNigeria lapho bafethu liyopha inhli livalekile , ngithi asijike athi ubhuti cha , ngeke besenze lutho.
Ngathi hawu wase une sure kangaka nje wena , uthi sizothenga sibaleke , ukuthi kanjani siphethe impuphu engaka nami angazi , but siqhubeke .
Siphambane nabo belijaha , yooh traumatic guys . Sifike esitolo bajike bezothenga ugwayi , hawe ma , cishe ngazichamela but ngoba sesifikile esitolo ngithenge impuphu . Haybo athi akusqbingelelwa yini , lapho umfana omude omnyama othusayo .
Hayi ithi labo sanibona bafethu, ethi ha , sikufanela naba fowakho , wemah sengidiniwe lapho umnini stolo akabuyi nempuphu , ngiphendupe mina haybo 9bhuti bami bahle kabi .
Haybo usho njalo kimi wesisi lapho bathathu , ngimbone ijampile bafwethu . Hawu wabe esebalekile ubhuti wami shwele baba ! Ngabaleka nami , siya ekhaya weeeh , ngacabanga uma siya ekhaya bazosibamba laba , sabalekela emhosheni .
Sadlula abafana ababili , sacasha otshanini omude nje ngithemba ukuthi hayi bazosisiza laba bafana bebadukise weeh ngakhumbula kombe omunye wabo ngamtshotsela ushzinwakhe uzongidayisa no.
Bedlilule kubona bebuze abasibonanga yini , yooo wasisiza wasikhomba kwenye indawo bayakhona , hawu sebehamba nagu ubhuti wami esefuna ukuthemula , wathemula . Nhlanhla leyo abasizwanga.
Hayi ke sasinda kodwa ngathi kukhona into engiyikhohliwe , bafethu impuphu impuphu bafethu , weh bazosutha ngathi labodoti