Wahamba kanjalo nje

Wahamba kungazelele muntu

Wahamba okwejuba likanowa

Wakhetha ukuya phambili

Washiya konke ngemuva

Wahamba, wahamba wangishiya

Ngasala ngingedwa ngingena muntu

Watching uyozama impilo engcono

Awuphindanga wabuyela emumva

Wahamba kanjalo nje.