Uyinqaba wemfundo

Umthombo wakho wolwazi awupheli

Bakwazi ngisho bengathandi

Iqengqe ziyiqengqe ngenxa yakho

Ngichitha isizungu ngawe

Angilali nguwe ngoba ngifuna ukukwazi

Uyisikhiye sempilo yethu

Sikhipha imali ngenxa yakho ngoba sifuna

ukuhamba siyokwazi

UYINQABA WEMFUNDO