Uyakwazi ukuvuka ekuseni ubalelwe ngokudla ngoba awsebenzi
Ngisho ukufihlelwa insipho ngoba uzoqedela abasebenzayo
Ngisho ukubizwa ngento engenamsebenzi ngoba izinto aykakhanyi ngakuwe
Sengisho ukuthi uthi uyadla kuthiwe umosha ukudla ongakwazi kubiza malini
Uthi ucela imali kuvele kuthiwa evelaphi
Wenze iphutha ubizwe ngayo yonke into ongayicabanga
Yey awubaz’ubuhlungu uma ungakwaz lokhu