Impela kunzima ngiyazi ,
Akulula ukuphimisa kodwa ngiyacela .
Ngikonile ngyavuma ,
Impela kunjalo ,
Ngakubukanis nezwe ,waba ihlaya emphakathini , kodwa ngiyacela .

Ngidliwa unembeza ngedwa ,ngesenzo sam’esibi ,
Ubuthongo angisabaz ngibuzwa ngendaba ,
Ngikhala ngyazithulis’
Kodwa okungenani ngiyacela ,
Ngiyaz kunzima nakuwe,
Kodwa ngiyacela .

Ngicela sithelelan ‘amanzi ,ngicel’ungalilahl’ ithemba kimi ,ngicela siphilelane futh’
Yebo ngyavuma kunzima ngyazi kodwa ngyakutusa ,ngicela uxolo .