Ingqo Yami nomoya wami kudinga wena

Njalo mangihleli ngedwa uyinto yakuqala engiyicabangayo 

 ngihlez ngzibuza ukuthi lolu thando luzoke luphele yini 

 sthandwa Sami 

Nami ngiwenzile amaphuthakodwa Cele uxole 

uthando lunamaphutha kodwa ngizimisele ukufunda kuwo 

uthando lwakho yilo olungenza ngiphefumule 

ngikuthembisa ukulubamba noma kukubi 

ngikuthembisa injabulo 

Uma nje ngisaphila ngizokwenza isiqiniseko sokuthi ujabule

angikuthembisi ukuthi ngiyohlala nawe ingunaphakade kodwa ngikuthembisa ukukujabulisa kulesi sikhashana sisobabile 

ukuthanda wena kunzima 

kodwa ngiyakwe thembisa ukuthi ngizokuthanda kuze kube sekugcineni 

Uma ubona ngenza amaphutha 

ngicela ungilungise

Nami ngiyakwethembisa ukukulungisa

wonke Umuntu uyawenza amaphutho 

loluthando ngicela silubambe siqine 

Uma sinezinkinga 

ngizozama ngawowonke amandla ukuba sizilungise 

angeke ngilahle uthandolwethu 

kodwa ngizolilwela

sthandwa Sami