Mama uyisibane esikhanyisa okwelanga

Uyinjabula mihlayonke empilwen yam

Ngibulela ukub nomama onjengawe

Phel wen wohlukul ngathi kunento ekhanyay phakath kwakho

Ungibonisile indlel mha futhi soze ngayilahla

Ngijabula uma ngisaphil nhawe ngikhalela magxeni akho

Phela zizofika lezontsuku sikabhada ezibuhlungu lapho ngiyobe ngikhalela ethuni

Uyobe ungasaphenduli nakancane Koko uyobe ucindezelwe ngumhlaba unaphakade

Ngiyaz uyahluphek kodw mhina angisoze ngakuphik phakath kwabantu

Phel wen wangithwala inyang eziwuthob manje kuyobe kudalwa yini ukub ndikuphike

Ngiyabon indlel iyakhanya ukuhluphek kuyophenduk izinhanha

Ngibulela ukub nomama onjengawe