Wena unguwe

Sthandwa uhlukile.

Amagama amnandi anginawo,

Kepha awakho ngizowacinga

 

Angikaze ngaluthola uthando olunje

Ongiphe lona lwehlukile sthandwa uthando

Angazi ukuthi ngithini, kepha cela uhlale wazi ukuthi uyathandwa

Babakhe Mina kuwe ngilutholile uthando.

Mhlazana ungabaza ukuthi ungithande okwanele

Wazi ukuthi ungithande okwanele futhi kwadlulela

Mina olwakho uthando lungiphathe Kahle,

Izwi lakho liyangi mamathelisa

Ukukubona ngiphathwa injabulo namahloni

Kodwa kuwena ngiyimina,kuwe ngiyazazi

 

Uthando angiphe lona