Sithandwa sami ngahlukana
Nawe kuqala ngisakuthanda
Kepha ekujuleni kwenhliziyo
Yami nginokuzisola.
Ngaba nokungabaza othandweni
Lwethu ngazithola sengenza
Izinqumo ezibhedayo
Ngenza izinqumo
Ngingacabangisisanga.
Ngiyazi nginokuzisola kepha
Futhi nginokwethula okungejwayelekile.
Akwethule ngoba ungasekho
Empilweni yami kepha
Kunekwethula kokuthi
Akusekho ukucabanga kaningi
Ukuthi unobani eduze kwakho.
Kodwa sthandwa sami kukho
Konke ngiyakuthanda futhi
Ngiyaxolisa ngakho konke
Sithandwa kodwa angiboni
Sobuye sibuyelani
Ngezinqumo zakho nawe!

WHAT DO YOU THINK ABOUT THIS POEM?