UKUBE BENGINOKUZIKHETHELA
Bengingakhetha kuphi phakathi kokuhlakanipha nomcebo
Ukube benginokukhetha phakathi kwakho bengingakhetha kuphi?
Wena ubungakhetha ukuphi?
Uyini umcebo ngaphandle kobuhlakani
Kanti bona ubuhlukani bungangibekaphi empilweni
UKUBE BENGINOKUZIKHETHELA
Uyini umuntu ngaphandle ngokuhlakanipha
Kodwa ngizothini ngoba nomcebo ngiyawudinga
Ngingabala ngithini,wena ubungathini,ubungakhetha kuphi ?