Ngiyakukhumbula Anti wami

Ngikhumbula ukumamatheka kwakho

Ngisafisa ukube ngakusiza

Kodwa nami ngangiseyingane

Wazama ukubaleka

Ubalekela umaluma

Kodwa noma ubaleka wayehlezi ekuthola

Ekusongela ukuthi uzokubulala

Kodwa konke wayekushilo wakwenza

Wacina ekubulalile

Kodwa ngiyohlale ngikhumbula maAntiza

Ulale ngoxolo