Thula kuzodlula
Thula lobubhlungu abukhokheli
Thula ithemba alibulali
Thula ukubhekezela kuyakhokhwa
Thula konke kizolunga
Lamaphupho ayofezeka
Nokubekezela kuyozifeza
Nakonke okubi obekukade kuklimaza kyoshabalala
Kanye nezifiso zakho ayofezeka
Ithuba kanye nesikhathi sakho syofika
Guqa ngedolo ubeke konke kumdali
Bekezela kuzolunga
Vel lomhlaba unonya kanye nobuhlungu
Thula ubabuke abakonayo uvedane uzijwayeze ukuphunyuka kulaba abangasakunaki
Thula uzifundise ukuzithanda Kunjalo
Thula uzifundise ukuphuma kulaba abangasakfuni
Thula ngisho usubona ukuth angeke kusalunga
Thula ngoba ubhlungu abukhokheli kepha inyembezi ziyabehlisa ubuhlungu
Thula uguqe phansi ngedolo umemeze ongu Yehova wakho ongaphakathi kuwe
Thula konke kizolumha
Thula kuzodlula