SIMINGAWE

Simi ngamandla akho.

Simi ngezwi nangomoya wakho.

Sibheke baba usithande usesule izinyembezi.

Sifukule sime ngawe nasesicongweni.

Sembathise amandla amasha.

Siyilwe impi kasathane siyinqobe.

Sizesi zuze umqhele wamaqhawe ngamandla akho.

Sivuse kade silele asinawo amandla okuzivukela.

Asembathe ezimhlophe zoxolo vele sifundiswe ukuxolelana, nokwendlulisa amagqubu singabinawo.

Simi ngawe nkosiyethu amen.

IBHALWE UMAKHOSI SHWALA