Eshlahleni sami, kukhona injabulo!
Ngithatha isthombe kube ngathi ngiyabaleka.
Angibaleki, ngifuna ukukhuluma nabangasekho.
Ngoba ibona abangasekho abangiphe sona leshlahla.
Kuleshlahla ngibona impumelelo, ngibona wena uphumelela,
kuso leshlahla ngiboniswa okukhulu.
Noma bengithi emhlabeni kuyabheda, kodwa ngaleshlahla ngivele ngikhohlwe,
ngikhumbule kuthi, okuhle kusesekhona.
Okuhle yikho kuthi, ukhule njengoba ubona sona leshlahla sikhula.
Sibukele leshlahla, sikutjele ngobuhle bomhlaba.
Ukhule kanye kanye naso, ukhulise amaphupho akho, ukhulise uthando lwakho.
๐ฉ๐ฆ๐๐จ๐๐จ๐! โ๐ด๐ ๐ง๐๐ฎ๐๐ฑ๐ ! โฅ๏ธ