Ngisabathe ngiyathanda, ngivele ngihlangane nezimbila zithutha ezivele zigale zephuke nenhlizoyo yami

Bengithi ngiyathandwa kanti ufuna ukuthabatha uthando lwami aqede ngalo ashiye inhliziyo yam ineminjunju eshoshozayo mihla namalanga

Bengifisa ukwaz ukuthi izintokazi zingaka kungani eqoke ukudlala ngami

Bengithi nami ngiyathanda kanti ngizigumbela elami ithuna kodwa hleze ngelinye lamalanga ngizolithola uthando esolokhu ngalulangazelela kepha lutho ukulithola