Mun’ wami,

Sthandwa sami,

Babe wami, LOML,

Zinyo bulala wami,

My yonkinto.

Maningi amagama

Engingawasho ngawe kodwa

Angasho lutho kimina.

Wena ungumnini wenhliziyo

Yami.Ngikuthanda

Ukubhubha.

Ngakubona kepha

Ngangingazitsheli ukuthi

Nawe uyangibona.

Ziningi izinto engingazithenga

Kodwa kukho konke ngithanda

Ukusho ukuthi konke

Engingakunika kona

Inhliziyo yami kuphela.

Ngathi ngiyakuthanda,

Wathi uyangithanda.

Mina nawe s’yathandana,

Ngakho-ke uthando

Lwethu asilidlondlobalise.

Baningi bangiphule

Inhliziyo.

Kodwa ngiyethemba wena

Awefani nabo.

Saneliso wami,

Shezi wami omuhle.

Sgananda, Sthandwa

Sami Namhlanje

Ngiyavuma ngenhliziyo

Ngiyavuma nangomlomo.

NGIYAKUTHANDA SANELISO!!β™‘

WHAT DO YOU THINK ABOUT THIS POEM?