Imizwa yami ijulile

Ithanda wena wedwa

Futhi idinga wena

Ukuze uyilaphe inhliziyo

Yami ehlukumezekile

Angikaze ngazizwa kanjena

Phakade Lami

Bambolwami

Mntanomuntu ngyazifela ngawe

Nginethemba ukuthi uzizwa kanjalo

Ng’yakuthanda Phakade Lami.

Phiwokuhle Ngcobo.