Ayikho imiphefumulo ehlangana ngephutha kodwa

Ngizwa sengathi Imizwa idlala ngami.

Ukfika kwakho kweyami impilo kulethe injabulo

Kanti ukmamatheka kube yimvuselelo ngeskhathi

Siconnecta ngokwemizwa. Ngyakthanda sthandwa

Senhliziyo Yami futhi hay ngoba kuyinto esengjwayele

Ukuyisho kepha okuyinto esuka ngaphakathi ekujuleni

Kwemizwa Yami

Wena mnikazi we nhliziyo yamiey..konke nesmile samiey

Wena uyi remote control yenhliziyo yamiey

Angisakwazi nokbhala inkondlo phela Wena uyinkondlo

Uqobo lwayo.

Sthandwa samiey mina ngikthanda emagameni amathathu.. elothando, elami elesthathu phel’elakho β™₯️