Lutho isipho nge,’ Valentine’s day ‘
Lutho isipho nge ,’ birthday Yami
Kuwusuku olufana namanye nje
Ilanga liphumile nesibhakabhaka siphezulu nje
Ngaliwe ngiqonyiwe
Angisaphonelwa kwanhlobo
Angisayazi I sms kwanhlobo
Phela kunezinhlobo nhlobo
Sekuyimi nje ozixakayo
Phela ingani angisebenzi uyasebenza
Kona bengenza ngcono kokunye Ngiyazi
Ingoba sekuphele Lona
Ungehlule singalwanga
Ngaliwe ngiqonyiwe
Kungabe ngisengaphinde ngiqonywe?
Ngiqonyiwe ukuphemba umlilo ocishayo
Noma kuyobe ngiyawucisha wona lomlilo
Ngaliwe ngiqonyiwe
Sekusele kuphume igama
Ngiphume ejele ngo shwele