Mtanami ngicela ungangithathi nje

ngomuntu omubi

Hayi ngoba ngingafuni ukuthi uwazane

nobabakho inkinga ubaba wakho

wangiphikha ilanga libalela

Noma ngikakubalela izinhlamba waye

ngithuka ngazo ngekhathi ngikuthwele

uzomangala

Ngiyazi uya ludinga uthando lukababa

ukube wekhathanda ubabakho waye kuthanda

usase sishwini mtanami lalela

Kuwena ngizoba wumama ngiphinde ngibe

wubaba mina angimcengile loya muntu

cel ulalele , mina ngizokupha uthando lwanele

ngawe uzoweqa amagula ngemuke

Mtanami ngilalele