Phandle kwakho lutho soze ngiphile.

Mina ngifuna wena, lomhlabu sidinga sisobabili.

Mina lo wakho manje, mina lo letha lobolo manje.

Mina lo ngithanda wena ka khulu manje.

Mina ngithanda wena, wena uthanda mina.

Asivele sithandane kakhulu manje, ngifisa baningi balu funde kuthi lo thando manje.

Sivele sibonise nabo labo ebesebethu thando lusekho.

Nalu lo thando, luphethwe yimi nawe.

Lubuswa yithi sobabili.