Write a brief introduction to your work.
Izinsuku zokugcina
Inkondlo ekhuluma ngezigameko ezenzeka kuleskhathi esiphila kuso imayelana nezwe lethu
Imayelana nokufa kwabantu ngenxa yezizathu eziningi sibala
Abantu ababulalwa izibhamu
Izingozi
Abandlwengulwayo
Izilwane eziyingozi emphakathini wethu
Konke loku kuholela ekufeni kwabantu besizwe sethu abamsula konke lokufa kunesandla somuntu abantu sebabulala bodwa akesekh umuntu obulalwa isifo
Ngoba odokotela bayazinqoba izifo kodwa isandla somuntu yiso esidlala indima enkulu ekufeni kwesizwe