Inkumbulu ukube iyabulala ngabe ngiyafihlwa kusasa, kushona malanga ngilindile ngithi yangena yangena kanti lutho yazi ukukhumbula umuntu kwenza ushintsho engqondweni nasemzweni wakho.
Yazi inkumbulu besikujulisa uzibona sewumamatheka wedwa egumbini lakho ngenxa yemicabango ekufikelayo imihla namalanga ubulawa inkumbulu