Ngibuke ekhoneni
Lindel’ukumbon
Evel’eze ezongsiza
Engikhiphe kulenhlungu engikuzo
Kepha akaze eze
Inhlungu zangqumba zangbhuqa ungekho
Kanti waba umngan onjan
Kanti ngakwethembelan
Yini ungiphoxha
Yini ungizwisa intliziyo ebuhlung
Hay kodwa sothin

ngoba umuntu awuvedan umaz
Uthi uno mngan
Kodwa ngingabuye ngthin
Ngingabuye ngithembe itshe kunomuntu
Bashise nhliziyo embi!!
Bashise mbawula

NGIYABONGA
INKONDLO KAMNGANI
BHALWE U LALIE