INHLONIPHO

La sikhuluma ngesizwe esimnyama okungabantu abamnyama okubukeka sengathi liyehla kakhulu izinga lenhlonipho ikakhulukazi entsheni.

Igxile ikakhulukazi ngempilo yamanje eyasabekayo lapho kungasabonwana khona, ikakhulukaz omncane useyehluleka ukubona omdala, isibonelo kudala kwakuthi uma kuqhamuka umuntu omdala wawuye ubingelele kande wendlule koda lokho akusenzeki, sekuze kube nguye omdala obingelela omncane.

Ushitsho esilundingayo ukuth kubuyelwe emasisweni ingane zesizwe esimnyama zifundiswe inhlonipho ziyazi imvelaphi yazo.

IBHALWE UMAKHOSI SHWALA