Umaqhamuka nomzimba ophuphuzela uboya

Umathandwa encane ngoba endala ziyahlupha

Ubuhle obungapheli ubusika nehlebo

Unsizwa ziyamfisa zisaba omaqondana

Intombi yale e Pietermarizburg endaweni yase Mafakatini

Intombi osmile sayo sichaza abafana ngoba amantombazane ayanyipha

UJanet intombi yako Zondi Nondaba

BAYEDE!