Haybo !

Phela bengithi nina benazi kancono ukudlula lokhu,

I thought you all knew better,

But I was really wrong !

Kanti anazi ukuthi bathini e – Khorinti,

Kanti ikholwa Lona alikhohlwi ngokwadlula,

Bedw liqhubeke nokuzayo noma okwenzakalayo,

Kanti abasho ukuthi wonke umuntu ophila no Christi

Konke okwakudala sekushabalele,

Konke okusha sekuphila kite,

Kodwa bengi wrong,phela mina ngikhunjuzwa njalonjalo

Ngezolo lami,

Phela sengiphila ngokwesaba ekukhanyeni njengesiqulumandlebe beno mkhovu,

Lava ebengithi bayakholwa futhi basondelene nami,

Nabo ababoni ukuthi ngishitshile,sengizalwe kabusha.

Phela bona basabambelele kudiko lwabo lwasemandulo,

Nosiko Pomona,nokubona kabi kwezinto,

Ngiyazibuza ukuthi ngabe nani nishitshe ngempela,

Ngiyazibuza ukuthi lamazwi azowenza umehluko,

Ngiyaxibuza ukuthi nani niyakholelwa kulom’yalexo wabase – Khorinti,

Noma niyangingithekisa,nihleka amahlaya.