Dlozi lami!

Ngikhumbula ngenkathi ngimncane, ungipha uthando.

Othandweni lwakho, ngazibona ngivikeleka, ngakhula, ngaze ngaba, ilendoda engiyiyo namhlanje.

Ubungasekho emhlabeni, kodwa uthando lwakho lungikhulisile.

Namhlanje ngikhulile, ngoba wena ubuloko unami, ungikhulisa ngo thando.

Uthando lwakho ngiyalubonga, ngibonga wena Gogo, uNaSindane.

Nanamhlanje, uthando lwakho lukhulu, nami soze ngiyeke ukuphonsa uthando.

Nawe, awukaze uyeke ukungithanda.

Gogo uthando lwakho mina luyangiphilisa, othandweni lwakho ngicela impumelelo.