Dear mama
Nkulunkulu ngcela ungdlulisele lenkondlo kowangizalayo
Hello ma hhayi angiphili impilo inzima
Izinyembezi zami ziwela phansi akekho ozwa ukukhala kwami
Ngiyathemba la okhona uyabona uyabona ziningi kangakanani izinto engdlula kuzona
Ngoba uhlezi nje angiboni ukuth uyakuzwa ukukhala kwami
Mama nghlezi ngiguqe ngedolo ngikhuleka ngbiza wena nomdali
Kodwa alukho nophawu ongikhombisa lona elyiithemba
Yonke imkhuleko yam yemihla ngemihla uyithela ngenhlabathi
Awusafiki ngosho ngephupho okukhombisayo ukuthi uyakuzwa ukukhala kwam
Mama
Mama
Mama