Ibona laba abafunda engaphandle,

Ibona laba abathi ayikho engaphandle,

Bebe bes’valela kodwa thina ngaphandle,

Bese bez’biza ngo Lova.

Laba balovile ngenombolo.

Ngithi laba balovile ngempilo.

Bafika ngoshova, bahlokoloze,

Bebe bezok’jova ngomjovo wolova.

Phela laba baz’biza ngo Lova.

Abazazi iz’balo,

Kodwa bak’balela inombolo yama 26,

Bakhiphe umphef’mulo nge 26.

26 letters of alphabets,

Engani izimpilo zabo zingama 26,

Kush’ ukuthi kuphelile ngempilo yabo.

Mina la ng’ringa ngalaba abaz’biz ango Lova.

Bak’lovisa es’gela,

Bebe bengalovile bona bethesha.

Impilo ithesha like a wheel barrow full of mud.

Ngisho laba abahlala ekhoneni,

Inhlamvu ehlaza ibe ihleli esandleni.

Bak’hlukanisa okwakho esandleni.

Phela laba bakhuliswe ilova.

Baz’biza ngo Lova,

Batholakala all over,

Bengo “problem solver”,

Bese beyak’xova.

Impilo yabo bay’xova like a building sand,

Bebe bengaboni ukuthi their life is on the end.

Babeka ubuso bakho on the sad.

But their life belongs to the dead.

They always hide for cops,

But they always tide human corpse.

Because their mission is always on course.

They studied in the university of uk’shizila.

Amabh’lukwe adabuka like bebeshishiliza

Amabhuku bawashova kuma rubbish bin.

Bebe beshikisha kuma CELLS WITHIN.

Yingakho bethi “es’koleni kusezinsimbini”.

Ngik’tshela ngalaba abaz’biza ngo Lova.

Isikhali sabo sezandla u SEVEN.

Isikhali sakho wena u AMEN.

U Amen wabo umkhuleko wolova,

Izulu labo lisezandleni,

Izulu labo lise mhlabeni.

Lithusa inyoni ises’hlahleni.

Vele la bes’qokola

Ngalaba abaz’biza ngo Lova.