USkhosiphi usezinhlelweni zokwenzela amadodakazi akhe u-Amanda no Akhona umemulo kodwa ngenxa yokungaboni ngaso linye kwamakhosikazi akhe ugcina esethatha isinqumo sokutho lowo nalowo ozobe esaphelele uyena ozokwenzelwa lomcimbi…. Ake sibheke ukuthi ubani ozogcina enzelwe lomcimbi.