Le ndaba imayelana nomama onezingane ezimbili, uThobile no Asanda. Ubaba wabo uyabashaya uma ephuzile ebaxoshe endlini kuphoqeleke ukuthi beyolala phandle noma emzini yabantu. Kwesinye iskhathi bebuye bengayi eskoleni ngoba besuke bevuza igazi nempahla zivaleleke endlini. Nothisha umabethola udaba lwabo ababakholwa bavele bethi akekho ubaba ongenza into enjena ezinganeni zakhe.