IQINISO
Le Ndaba imayelana nentombazane uZandile eyadlengulwa uMalume wakhe, uXolani enemimyaka eyi 6 years old. Manje uyasaba ukutshela abazali bakhe ngayoyonke lento eyenzakala ngoba kuzophela ubudlelwano phakathi kwa mama wayo no bhuti wakhe. Ucabanga ukuthi uMalume ka Zandile ungumalume onjan? Ngabe uZandile uzogcina ebatshelile abazali bakhe noma Cha?