Umuntu ukewahamba namuhla ngizwa njengazo inyawo zifutha, ngizibuza umbuzo othi bengizobayini ukukhathala uma ebengekho umtolo?

Kuqinisiwe uma kuthiwa umuntu umuntu ngabantu, uMtolo ungithathe ngemoto yakhe sehlasinyuka sihamba sikhandisa sithenge insimbi zemoto yam.

Ukukwenza kwakhe kukhomba ngokusobala ukuthi ubengisiza ngenhliziyo emhlophe engabhekelutho ngoba unqabile ngigcwalisa esetha upetrol.

Uhambo esiluhambile lubelide kakhulu kwangiphoqa ukuthi ngimphoqe angivumele ngelule isadla ukutshengisa ukubonga.

Sengathi banganda oMtolo, hayi labantu abathi ayihambi ngamchamo. Namhla yimi kusasa uwe, uzidle uzibeke amathambo isemhlabeni lana.

Umuntu umuntu ngabantu!