Hellow ngisho wena ofunda lencwandi
Unjani ngyathemba ukuthi uyaphila futhi uzoku jabulela ukufunda lo myalezo.
Ugcono unjalo unkulunkulu wakudala ngalendlela ngoba uyazi futhi une sizathu. Musa ukulalela abantu ukuthi bathini noma bazothini ngawe njengoba unjalo bonga ku Nkulunkulu wena kuphela. Musa ukuvuma uku khohliswa abantu baku tshele ngezinto ezingekho nawe uze ukholwe kodwa leyonto ube ungayi boni. Baningi abantu abafuna ukuba nje ngawe ngisho nano kuthi khona abantu abafuna ukwenza izinto nje ngawe futhi bakhona abantu abakuthandayo unjalo ukuthi bafuna uqale uzithande wena futhi uzihloniphe wena uzazi ungazi shitshi.
Zithande wena funda ukuzamukela wena enhlizweni yakho.