Ukuthi unemoto akusho ukuthi unothando lwakho. Ukuthi uyahola every month akusho ukuthi uzokunakekela. Ukuthi u-chat nawe everyday akusho ukuthi u-loyal kuwe. 
Ukuthi ukubona everyday akusho ukuthi uzohlala nawe forever. Kumfana akunaziqiniseko. Ukuthi uhlanya ngaye akusho ukuthi yena usangene ngawe. I know the truth hurt but it is the way it is honeybun.
Ukuthi ukutshela everyday ukuthi uyakuthanda akusho ukuthi uqinisile, futhi akusho ukuthi uzokuthanda forever, futhi akusho ukuthi uzokuhlonipha crc crc.
Uma ukuthi ulele vuka ubone ubunjalo bakhe. Uma ukuthi uvalekile amehlo wavule ubone iqiniso kwizenzo zakhe. Uma ungasebenzi umqondo wakho ngenxa yakhe,awusebenze manje ucwaninge wonke amanga akhe ukuze uthole iqiniso ngaye.
Phaphama uyeke ubuthongo nalu uju lwakho luphela emgqomeni walk. Vuka! Ugqoke icathulo zakho ubaleke ngazo zombili.
Ukuthi ufika kuwe after walking a long distance likhiphe umkhovu etsheno akusho ukuthi uwena isitobhu sakhe sokuqala kuyoyonke le ndlela aseyihambile. Kwazibani mhlampe wena uyisitobhu sakhe sesithathu. Pho yini le oyithembeli kangaka kulo muntu wakho?
“Bae wam, bae wam”. Ngizwe ngandlebenye ukuthi, “bae” umele (before anything else). Oh really ngempela cc wam love muntu useyi first priority yakho manje? Ngokwenzani kwakhe kangaka?
Ukuthi uwubaba wengane yakho akusiso isiqiniseko somshado. Ukuthi uwubaba wengane yakho akusho ukuthi uwu-life partner wakho Ukuthi uwubaba wengane yakho akusho ukuthi usubophelekile kuye,kwayena akumniki igunya lokwenza noma yini kuwe and it definitely doesn’t mean you have to tolerate every ill thing that he does to you.