Imizuzu yokugcina
Sonke asiyaz imizuzu yokugcina
Bekuyi hora lesikhombisa eksen kumele ngivuke ngiye emsebenzin
Ngizizwa ngikhathele kodwa kumele ngiye ngoba sine meeting
Ngikhethe ukuth ngiqale ngihambe ngiyothenga isinkwa ngithe ngihamba ngahlangana nomama ongabon emehlwen wangicel’imal kodwa angimnikanga ngoba bengizitshela ukuth ngizoyidinga ntambama
Ngibe sengibuya estolo kungene ucingo lomntanam ethi “mama ungithembisile wathi uzoza uzongibona “ngibe ngizofika mntanam ukube bengaz ngabe ngihlalile naye lowo 2 minutes
Ngicabanga ukufonela umama nobaba ekhaya kodwa ngabuya ngacabanga ukuth umama uyalanda and sengi late ngath ngizobafonela ebsuku
Ngibe sengishesha ngigqoka ngithe ngiphuma ngahlangana nobaba oshumayelayo lapho sengisalelwe imuzuzu eyishum ukuth ngifike emsembenzin’ lobaba ungicele ukuba angibeke izandla ngathi “ayy ngeke baba sengi late”wathi ucela ngimunikebu 4 minutes ngabon ukuth mengimnika lo 4 minutes ngizosalelwa u 6 minuets ube esengichazela kabanzi ngesonto lakhe wacela ukungibeka izandla ngabona lo 4 minutes okade ewucelile usuphelile ngath “ayy ngeke baba kumele ngihambe”
- Ngithe ngiwele umgwaqo kwaqhamuka imoto ehamba ngesivinin ngezwa kuqhuma into kabuhlungu abantu bavele babamba amakhanda
So yenza kahle usaphila ngoba akekho owazi imzumzu yokugcina ukube bengazi nalomama bengizomunika isinkwa nomntanam ngimubone nalobaba angikhulekele 😫❤nomama ngimufonele