Kwenzeka okungajwayelekile kwezepolitiki kulenyuvesi: uBuyekezwa umnyama ngebala kodwa ukhankasela iDA, uJerome yena umhlophe kodwa ukhankasela iANC. Bobabili basebenzisa konke okusemandleni ukuze baphumelele……Kodwa khona lapho kunombango wamavoti kunezinhlansi zothando phakathi kukaBuyekezwa noJerome. Khona lapho kulensambhatheka, thushu omunye umfundi ogqoke isikibha esibhalwe ukuthi ‘Save the Rhino’. Ngabe ungubani lomlisa? Ngabe ubani ozophumelela kulombango wamavoti?
Disclaimer: Isaziso esibalulekile: Indaba ebhalwe lapha ibhalwe ngenhloso yokuqala ingxoxo ngamalungelo epolitiki. Abalingisi, izimo ezenzakalayo, nemibono yabalingisi akukaze kwenzeke. Lendaba ayibhalelwe ukuhambisana, ukugxeka, ukumela ngokungelona iqiniso nokulimaza indlela ebukwa ngayo inhlangano ethile yepolitiki.
* * *
This story is also available in English: The Great Vote Hunt!
This is the fourth story in our ‘Rights’ project that uses stories to illustrate and bring to life the ‘Bill of Rights’. Find out more about our Constitution and Bill of Rights with our It’s Your Right Handbook and our Political Rights Handbook.