USbusiso noNtombi bashadile, kodwa abazwani nhlobo. Kuthi uma izingane zikaSbusiso azithola ngaphambi kokuba bashade sezizohlala nabo, uNtombi angavumi ukuzamukela azithande njengezakhe. Ngabe bazokwazi ukuxazulula izinkinga ababhekene nazo? Kuzokwenzekani ezinganeni uma behluleka?
Le ndaba iyatholakala ngesiNgisi la