UZenani ungumfundi ohlakaniphile futhi unekusasa eliqhakazile, ngenxa yosizo aluthola
kothisha bakhe, ikakhulukazi uthisha uMbatha onomusa kakhulu ku Zenani nogogo wakhe.
Kodwa uma kubonakala ukuthi uMbatha usefuna inkokhelo thize ngosizo abanika lona,
isimo siya ngokujiya.
Asilandele lentokazi eseyincane njengoba izama ngandlela zonke ukuqeda ibanga
likamatikuletsheni isaphila, futhi sibone ukuthi izivikela kanjani kulothisha oyimpisi embathe
isikhumba semvu!
You can read an English translation of this story here.